Sihle Inkosana Shabalala - Nkulunkulu Munye

Описание к видео Sihle Inkosana Shabalala - Nkulunkulu Munye

Ukubantu bakho Nkosi Nxa bewela imifula,
Ngezikhathi zonke, Usenabo Wena
Ubagcina Ubasiza Nxa beshiswa nangomlilo,
Endaweni zonke.

Lapho behlupheka khona Bayabheka kuwe Nkosi
Bayamelwa nguwe Bonke abantu bakho,
Nasezingozini Nkosi Bakuthande wena Baba
Bavikelwa nguwe. Bakwethembe njalo.

Nxa bewela imifula,
Ngezikhathi zonke, Usenabo Wena
Ubagcina Ubasiza Nxa beshiswa nangomlilo,
Endaweni zonke. Usenabo Wena.

Bayabheka kuwe Nkosi
Bayamelwa nguwe Bonke abantu bakho,
Nasezingozini Nkosi Bakuthande wena Baba
Bavikelwa nguwe. Bakwethembe njalo.

Bayabonga Wena, Baba
NeNdodana futhi
Nawe Moya oyiNgcwele,
Nkulunkulu munye.

Комментарии

Информация по комментариям в разработке