Team KZN - Ngifihle phansi kwegazi leMvana

Описание к видео Team KZN - Ngifihle phansi kwegazi leMvana

KZN Zion has came together to worship God for ukududuza abazalwane njengamanciko KZN isimo izwe lakithi elibhekene naso kufa abantu ngobhubhane oluhlasele umhlaba wonke njengo Zion sithi ngeke sithule futhi ngeke sikhothame ngokuthemba omdala wezinsuku Nkulunkulu wethu ngokuthi wasithembisa ukuthi singesabi zizofika izimo ngabe ukufa Noma izifo ezingalahleki kodwa sithi ngeke sisuke kuyena. Ngalawo mazwi abaduduzeke abazalwane abangakwazi nokuyokhonza ezindlini zamasonto nokuhlanganyela ndawonye njengebandla likaZion elinokukhonza okuhlukile sithi siletha induduzo kumhlaba wonke ngalenduduzo yokuhlabelela. Siyabonga kuzinkonzo zonke eziwusukumele phezulu lomsebenzi:
#TACSA - Twelve Apostolic Church of SA
#GVM - Gods Vision Ministries
#RMM - River of Mecy
#HOG - House of God
#Eternal Life
#TIC - Trust in Christ
#Burning Fire
#Ubuhle benkosi
#Mighty Vision
#TCCC Cornerstone
#BOG - Bision of God
#UWM - Umthombo Wokuphila Ministries
#Bishop_GE_Nxumalo
#Archbishop_T_S_Sibisi

Комментарии

Информация по комментариям в разработке