WOZA MOYA OYINGCWELE Hymn 102 Amagama Okuhlabelela

Описание к видео WOZA MOYA OYINGCWELE Hymn 102 Amagama Okuhlabelela

WOZA MOYA OYINGCWELE
Hymn 102 Amagama Okuhlabelela

1. Woza, Moya oyiNgcwele;
Woza, mawungene kithi.
Thina sesikunxanele,
Siziwele wena futhi.

REFRAIN:
Moya oyiNgcwele,
Mawungene kithi;
Thina sesikunxanele
Sizizwele wena futhi.

2. UnguMoya wab' ubomi,
Obuvela bungadalwa;
Kodwa thina singaboni,
Sinokufa ngokuzalwa.

3. Wena, Moya uthulisa,
Uphumuza inhliziyo,
Thin' abantu siyafisa
Asithuli, sinyakaza.

4. UnguMoya wokuthanda,
Kade wenza ububele,
Izeduko zethu zanda,
Uthandano lonakele.

5. Moya oyiNgcwele, yiza
Ukusigcwalisa sonke,
Siyacela, siyabiza
Lezozipho zakho zonke.

Комментарии

Информация по комментариям в разработке