Mr Double D2 ft Puntsa Emfuleni

Описание к видео Mr Double D2 ft Puntsa Emfuleni

LYRICS

OOOOOOOOOOOOOOOOOOHHHHHHHHH 0H OOOOOOOOOOHHHHHHHHH
OOOOOOOOOOOOOOOOOOOOOOOOHHHHHHHHHHHHHHHHHHAAAAAAA
Shela mfana ngilalele,ngilandele! Emfuleni
Shela nsizwa ngilalele,ngilandele !Emfuleni
Mhlawumbe ngizokuqoma
Sikhulise isibongo sakho ,emfuleni
Phela nawe uyabona
Ngiyi ntombi ez'phethe kahle uyabona
Thatha nanku umuncu wakho
Thatha nanku umuncu wakhoooo!

Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni
Masi hlangane naku sasa
Emfuleni Emfuleni
Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni
Masi hlangane naku sasa
Emfuleni Emfuleni

Gegelegege Ntombi zaku gegela
Angeke intombi iqome ikhethe inyamazane sizi nsizwa sikhona
Njalo mangikubona kuthi angigxume ngiguqe ngamadolo
Dudlu madolo ang'thuki wena ngithuka uthando
No ngena bhaskidi uyangena emakethe
No ngena airtime uyawenza ucall back
Kusho bani kusho mina
Indonda
Indoda ehlezi ingena mali kodwa ithenga isaka lempuphu
Shesha uqome Ntombi ngafa inhlamba ka mawakho
Ngiku Thanda phambili ngoba emumva siyafana
Mawu geza Emfuleni ,ngizobe ngiphuza ngezansi
Ngiphuze insila yothando

Sawubona nkosazane emhlophe efana izishlabathi zo lwandle
Igama ngu simo abanye bathi Nkosingiphile ngwaka Ngcobo
Insizwa eginqa inkomo ngenqindi
Ufuze qadi mavela ,umapholoba ,umashiya Amahle
Ngi hlala enkandla ezijibeni okhalweni ngasemaweni emaMbatheni
Ilokhu ilanga liphumile ngiqala nqa ukubona umuntu omuhle njengawe
Ubuhle bendalo ,ubuhle be mvelo ,ubuhle be mbali eqhakazayo
Indoni yamanzi ,uphuma langa sikothe
Mangibona amehlo wakho ngathi ngibona izinkanyezi
Ukhanya njengo Johannesburg ebusuku
Ngifisa ukuba leli thawula ogeza ngalo
Ngifisa ukuba yii xubho oxubha ngaso
Ngiyathembisa ngizokuphatha njenge qanda
Angeke ngiku Khalise angeke ngikushiye
Ngoba ngilana ngilethe umlayezo
Inhliziyo yami ingithumile
Ithi angiku tshele ukuthi mina ngiyaku Thanda
Hhawu mina ngiyaku Thanda.

Shela mfana ngilalele,ngilandele! Emfuleni
Shela nsizwa ngilalele,ngilandele !Emfuleni
Mhlawumbe ngizokuqoma
Sikhulise isibongo sakho ,emfuleni
Phela nawe uyabona
Ngiyi ntombi ez'phethe kahle uyabona
Thatha nanku umuncu wakho
Thatha nanku umuncu wakhoooo!

Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni
Masi hlangane naku sasa
Emfuleni Emfuleni
Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni
Masi hlangane naku sasa
Emfuleni Emfuleni

Комментарии

Информация по комментариям в разработке