Bhekumuzi - Imilanjwana (Live)

Описание к видео Bhekumuzi - Imilanjwana (Live)

This is the official live version for 'Imilanjwana' by the legendary Bhekumuzi. The song is from the album titled Inkinga Ngu R7, which was released in 2006.
________

Listen to Bhekumuzi Luthuli:
Apple Music:   / artist  .
Spotify: https://open.spotify.com/artist/2olZn...
Deezer: https://www.deezer.com/en/artist/6617...
Amazon Music: https://www.amazon.com/s?k=Bhekumuzi+...
YouTube Music:    / bhekumuzi luthuli - topic  

Follow Gallo:
Twitter:   / gallorecordssa  
Instagram:   / gallorecordcompany  
Facebook:   / gallorecordcompany  
TikTok: https://www.tiktok.com/@gallomusicsa?...

#BhekumuziLuthuli #Imilanjwana #InkangaNguR7Album #Bhekumuzi #Maskandi #Umlanjwana #SouthAfricanMusic #TraditionalMusic #ZuluMusic #ImilanjwanaMusicVideo #MaskandiKing
________
Lyrics:
Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa
Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana
Ziyafan'iyinkinga
Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa
Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana
Uma sish'inkinga
Uma sish'amaproblems
Ngikhal'esami nawe ukhal'esakho
Nomzal'ukhal'esakhe
Ukhal'esakho nami ngikhala esami
Nomzal'ukhal'esakhe
Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala la ekhaya)
Ngafa amacala (Nank'amacala)
Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala la ekhaya)
Ngafa amacala (Nank'amacala)
Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana)
Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana)
Kuzalwa ngapha nangapha nangapha
Kuzalwa ngapha nangapha nangapha
Sith'uma sish'iyinkinga
Kuzalwa ngapha nangapha nangapha
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana)
Ngiyayisol'imali yeqolo inesandla kulento
Angisho ukuthi ngithini
Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa
Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana
Ziyafan'iyinkinga
Ozel'amantombazana uyefana nozel'izinsizwa
Nozel'izinsizwa uyefana nozel'amantombazana
Uma sish'inkinga
Uma sish'amaproblems
Ngikhal'esami nawe ukhal'esakho
Nomzal'ukhal'esakhe
Ukhal'esakho nami ngikhala esami
Nomzal'ukhal'esakhe
Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala la ekhaya)
Ngafa amacala (Nank'amacala)
Ngizel'insizwa zodwa (Nank'amacala la ekhaya)
(Nank'amacala la ekhaya)
Ngafa amacala (Nank'amacala)
Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana)
Uzel'iyintombi zodwa (Mash'umlanjwana la ekhaya)
(Mash'umlanjwana la ekhaya)
UMash'umlanjwana (Mash'umlanjwana)

Комментарии

Информация по комментариям в разработке