Amasiko ayingxenye yobuthina nokuthi singobani

Описание к видео Amasiko ayingxenye yobuthina nokuthi singobani

Thokoza

Kwesinye isikhathi siyaye sibuke amasiko kanye nosikompilo njengesinga khetha ukukwenza. Kwesinye isikhathi njengokuthi singakhetha ukuwenza amasiko noma cha. Esikukhohlwayo ukuthi amasiko ayingxenye yobuthina nokuthi singobani lokho angeke ukhethe kuko. Angeke sikhethe ukuba ngokunye futhi kwesinye isikhathi amadlozi ethu awasiniki ithuba lokuthi sikhethe ukuthi siyafuna yini ukwenza lokho abafuna sikwenze.

UDokotela uMkhize uzositshela ngodaba oluhlabahlosile lukamama owadlula emhlabeni engawenzi amasiko kodwa wabuya kumyeni wakhe nesicelo esibalulekile futhi esiphuthumayo.

Комментарии

Информация по комментариям в разработке